Writer: Sanele T. Sithole, Simphiwe M. Nhlangulela, Sinoyolo Msolo
Composer: Sanele T. Sithole, Simphiwe M. Nhlangulela, Sinoyolo Msolo
Lyrics
Sidlal' umacashelana mina nawe
Angazi uyangifaka nom' uyangikhipha
Kodwa ngihamba nawe
Baningi bazamile ukuzibika
Kodwa mina ngiyala ngithi, no no
You're not man enough for me
O as'hambe sondela
Mina nawe sibe together
Mina ngihamba nawe
O as'hambe sondela
Mina nawe sibe together
Mina ngihamba nawe
Bhuti ngihamba nawe
Bakhon' abanye, kdwa bhuti ngihamba nawe
Bhuti ngihamba nawe
Bakhon' abanye, kdwa bhuti ngihamba nawe
Ngihamba nawe lovey
Ngihamba nawe sweety
Sisiza
Sondela ntombazane ndiyakubiza
Xa ufuna ukuthetha nam sondela ndimamele
Xa ufuna ukuba nam ndizok'kwakhela ndilindele
O as'hambe sondela
Mina nawe sibe together
Mina ngihamba nawe
O as'hambe sondela
Mina nawe sibe together
Mina ngihamba nawe
Bhuti ngihamba nawe
Bakhon' abanye, kdwa bhuti ngihamba nawe
Mina ngihamba nawe
Bhuti ngihamba nawe
Bakhon' abanye, kdwa bhuti ngihamba nawe
Ngihamba nawe lovey
Ngihamba nawe sweety
Ngihamba nawe lovey
Ngihamba nawe sweety